settings icon
share icon
Umbuzo

Athini amaKrestu ngokuzibulala? Ngabe lithini iBhayebheli?

Impendulo


iBhayebheli lisinika abantu abayisithupha abazibulala; Abhimeleki (Abahluleli 9; 54), uSawula (1 Samuweli 31; 4), Ibutho lika Sawula (1 Samuweli 31; 4 -6), Ahathipholi (2 Samuweli 17; 23), Zimri (1 AmaKhosi 16; 18) no Judasi (uMatewu 27; 5) Abesihlanu balamadoda bebabi ebusweni bukaJehova (iBhayebheli alisho lutho ngenduna yebutho kaSawula ukwenza asihlulelo ngempilo yakhe). Abanye bayavumelana ukuthi no Samsoni wazibulala. (Abahluleli 16; 26 31)kodwa inhloso kaSamsoni ukubulala amaFilisti, hayi ukuzibulala yena. iBhayebheli lifanisa ukuzibulala nokubulala omunye umuntu, kunjalo nje, - ukuzibulala. uNkulunkulu nguyena yedwa owaziya yedwa owaziko ukuthi umuntu uzofa njani kanye futhi nini.

Ngokuya kweBhayebheli, ukuzibulala akuholelil ekuthini umuntu uthola ilungelo lokungena ezulwini. Uma umuntu ezibulala engasindiswanga, uzivulele umnyango wokuya esiHogweni. Okunye futhi uma umuntu ezibulele uzogcina esiHogweni ngoba akamukelanga uJesu njengomsindisi, hayi ngoba uzibulele. Sithini ke ngamakholwa azibulalayo na? Lithi iBhayebheli mhla samkela uJesu sinikwe isiqiniseko sokuphila okunaphakade (Johane 3 16) Ngokuya kweBhayibheli amaKrestu bangazi ukuthi sinokuphila okuphakade (1 Johane 5; 13). Akukho akungasihlukanisa nothando lukaNkulunkulu (abaseRoma 8; 38 -39) Uma okudaliweyo kungeke kusihlukanise nothando lukaNkulunkulu, kanye nawo amaKrestu azibulalayo ayizidalwa zikaNkulunkulu. Ngokunjalo nokuzibulala ngeke kusihlukaniso nothando lukaNkulunkulu. uJesu wafela izono zethu sonke, ngakhoke uma kuyqiniso ngesikhathi sokuhlaselwa kany nobuthakathaka, ukuzibulala, ison esimbozwe igazi likaJesu.

Ukuzibulala isono esikhulu phambi kukaNkulunkulu. Ngokuya kwezi ukuzibulala kufana nokubulala. Kusinika ukungabaza kakhulu uma umuntu uyakholwa ngempela futhi ungumntwana kaNkulunkulu kodwa azibulale. Asikho isimo noma ubunzima obungabangela umntwana kaNkulnkulu ukuba azibulale. AmaKrestu alindele ukuphila impilo yabo kakhulu aphilele uNkulunkulu. uNkulunkulu kuphela onelungelo lempilo yakho nokuthi uzofa nini. Nanoma kungachazi kahle ukuzibulala. 1 abaseKorinthe 3; 15 mhlawumbe kumgab inchazelo enhle echaza ukuthi kwenzekani ngamakholwa azibulalayo; Yena uqobo lwakhe uzosindiswa, kodwa njengomuntu obaleka phakathi kwesithanfwa somlilo.

English



Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu

Athini amaKrestu ngokuzibulala? Ngabe lithini iBhayebheli
© Copyright Got Questions Ministries