settings icon
share icon
Umbuzo

Ubekuphi uJesu kulezinsuku ezinthathu phakathi kokufa kanye nokuvuka?

Impendulo


1uPetro 3:18 19 lithi izwi, Ngokuba uKrestu wafela izono zethu kwaba kanye, abalungileyo nabangalungile, ukusiletha kuNkulunkulu. Wabulawa ngokomzimba kodwa waphila emoyeni, ngabe waya ukushumayela imimoya emajele. Igama elithi NgokoMoya kuvesi 18 lifana kanye nokubunjwa kwegama Inyama. Kubonakala ukuthi kungcono ukusebenzisa uMoya ngaso lesisindo Inyama . Inyama noMoya kukaKrestu kuyahlangana futhi. Igama elithi siphila ku Moya lisikhombisa ukuthi uKrestu uma ethwala isono kwaletha ukuhlukana phakathi koMuntu kaMoya noBaba (Mathewu 27:46). Umehluko uphakathi kwenyama noMoya,,njengalokhu ku Mathewu 27:46 kanye nabaseRoma 1:3 4, angasiko phakathi kweNyama noMoya oyingcwele. Uma uKrestu ehlushwa ngenxa yesono sekuphelile, uMoya wakhe wavuselela ubudlelwane ebesubuphukile.

Ekuqaleni uPetro 3:18 22 uchaza ukubaluleka nokuhlangana phakathi koKrestu nezinhlupheko zakhe (Vesi 18) kanye nokukhazimuliswa kwakhe (22) NguPetro kuphela osinikeza isigameko ngalezinzo zombili. igama shumayela kuvesi 19 akujwayelekanga eTastementini Elisha ukuchaza ukushumayela kwevangeli. Kahle kuchaza umyalezo olethiwe, uJesu wahlupheka waze wafa esiphambanweni, umzimba wakhe wabulawa, uMoya wakhe wafa lesikhathi enziwe isoni. Kodwa Umphefumulo wakhe waphiliswa wakhuphukela kuBaba. Ngokuya kuka Petro, mhlawumbe phakathi kokufa nokuvuka uJesu wazisa iMimoya phakathi kwetilingo.

Okukuqala uPetro ubiza abantu njenge imiphefumulo hayi iMimoya (3:20).eTastementeni Elisha igama iMimoya lisetshenziswa ukuchaza izingelosi noma amademoni, hayi abantu abphilayo, ivesi 22 liyayichaza lendaba. Futhi akukho eBhayebhelini ukuthi uJesu wavakashela isihogo. Izenzo 2:31 lithi iBhayibheli waya eHayidesi kodwa asisona isihogo. Isihogo indawo yaphakade kodwaiHayidesi indawo yesikhashana.

iNkosi yethu yakhulula uMoya wakhe kuBaba, wafa, phakathi kokufa nokuphila wavakashela abafileyo lapho waletha umyalezo kubantu bakaMoya (mhlawumbe izingelozi ezawa;Juda 6)Lapha kuveza isikhathi sozamqolo kaNowa. uVesi 20 liyakuchazisa lokhu. uPetro umemezela imimoya esetilongweni, kodwa asiyona umyalezo wokuhlengwa ngoba izingelozi azisindiswa (amaHebheru 2;16). Kwakumemzelelwa ukunqoba usatan kanye namandla akhe (1 uPetro 3:22) abaseKolose 2 15) abaseEfesu 4:8 10 kubonakala ngathi uKrestu waya naseParadesi (uLuka 16:20;23:43) futhi wathatha bonke ebabekholwa nguye phambi kokufa kwakhe. iBhayibheli alisitsheli ukuthi kahle kahle kwenzekani kodwa abafundi bezwi bonke bavumelana ukuthi wakhulula bonke abathunjiweyo. wahola abathunjiweyo .

Manje, sekushiwo konke, iBhayibheli alichazi kahle ukuthi kwenzekani kahle kulezizinsuku ezinthathu phakathi kokufa kanye nokuvuka kwakhe. Kungathi ebeshumayela ukunqoba phezu kwezingelozi ezawa kanye nabangakholwayo. Esingakusho ukuthi uJesu akazange anikeze abantu ithuba lesibili ukuba basindiswe. iZwi likaNkulunkulu lisitshela ukuthi emuva kokufa sibhekene nokwahlulela (amaHebheru 9 27) alikho ithuba lesibili. Asinayo impendulo ecacile ukuthi kwenzekani phakathi kokufa kanye nokuvuka kukaJesu. Mhlawumbe lezi ngezinye izimfihlakalo esizoziqinda uma sesifika ekhaya.

English



Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu

Ubekuphi uJesu kulezinsuku ezinthathu phakathi kokufa kanye nokuvuka
© Copyright Got Questions Ministries