settings icon
share icon
Umbuzo

Lithini iBhayibheli ngobulili obunye na? Ngabe kuyisono yini?

Impendulo


IBhayibheli lisitshela njalo ukuthiukuhlanganyele ngibulili bunye buyisono na (Genesisi 19; 1 -13, Levitikosi 18; 22, abaseRoma 1 26 27, abaseKorinthe 6; 9) abaseRoma 1: 26 27) Izwi lisifundisa ukuthi ukuba nobulili bunye isizathu sokumphika nokungamhloniphi uNkulunkulu. Uma abantu bangamhloniphi uNkulunkulu nokungamlaleli. uNkulunkulu ubanikela esitheni abakhombise futhi ukonakala kakhulu ukuze abakhombise ububi nokuhluleka kwabo kanye nempilo engenalo ithemba engephandle kwentando kaNkukunkulu. 1 abaseKorinthe 6: 9 lithi izwi leNkosi abantu ababululili bunye angeke bawubone umbuso kaNkulunkulu.

uNkulunkulu akamdali umuntu ngezifiso zobulili obufanayo. iBhayibheli lithi umuntu uba nobulili obufanayo ngenxa yesono. (abaseRoma 1: 24 27) nalokho kwenzeka ngenxa yokuzikhethela. Umuntu angazalwa nentshisakalo enkulu yokuba nobullili obufanayo, njengalokho abantu bazalwa nomoya wobudlangudlangu kanye nezinye izono. Lokho akukuniki ilungelo lokona noma ukukuholela entshisakelweni yokona. Uma umuntu ezalwa nentukuthelo enkulu noma ukungagculiseki, loko akumnikeli igunya laleyo ntshisakalo na? Kunjalo nabantu abanobulili obufanayo.

Kodwa ke iBhayibheli alichazi ubumbaxambili njengesono esikhulu ukudlula zonke izono. Zonke izono zimbi kuNkulunkulu. Ubumbaxambili esinye sezono esisohlelweni njengoba kulotshiwe 1 abaseKorinthe 6: 9 10 loku okwenza ukuthi singalidli ifa lombuso kaNkulunkulu. Ngokwezwi likaNkulunkulu, uNkulunkulu uthembekile futhi ulungile ukusithethelela kuwo onke amacala ethu. Uzimisela ukuthethelela umuntu wobulili obumbaxambili njengalokhu angathethelela isiphingi, okhonza izithixo, ababulali, izigebengu, njalo, njalo. uNkulunkulu usithembisile amandla okunqoba isono, kanye naso sobumbaxambili, kubo bonke abakholwa iNkosi uJesu Krestu ngensindiso yabo (1 abaseKorinthe 6: 11; 2 abaseKorinthe 5: 17; abaseFiliphi 4: 13).

English



Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu

Lithini iBhayibheli ngobulili obunye na? Ngabe kuyisono yini
© Copyright Got Questions Ministries