settings icon
share icon
Umbuzo

Ngingayazi kanjani intando kaNkulunkulu empilweni yami? Lithini iBhayebheli ngokwazi intando kaNkulunkulu esimeni esithize?

Impendulo


Ngingayazi kanjani intando kaNkulunkulu empilweni yami? Lithini iBhayebheli ngokwazi intando kaNkulunkulu esimeni esithize;

1 Yenza isiqiniseko sokuthi okucelayo nome okwenzayo akusikholoku iBhayibheli likunqabelayo.
2 Yenza isiqiniseko ukuthi ucela noma wenza ukudumisa uNkulunkulu futhi kusiza ukukholwa kwakho.

Uma loku okubili kuyiqiniso kodwa uNkulunkulu akakuniki lokhu okucelayo, kusho kona ukuthi intando kaNkulunkulu ayikho kulokho okucelayo noma udinga ukulindela kancane ngokubekezela. Ukwazi intando kaNlulunkulu kwesinye isikhathi akulula. Abantu bafuna ukuthi uNkulunkulu abatshele ukthi ufunani - Basebenze kuphi, Bahlale kuphi futhi bashade nabobani njalo njalo. uNkulunkulu akabanikezi abantu umyalezo ngqo. uNkulunkulu usinekela ukuba sikwazi ukuzikhethela kuzo zonke izinto.

AbaseRoma 12; 2, Ningalilingisi leli lizwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe intsha ingqondo yenu, kube nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle, nokuthandakayo, nokupheleleyo.

English



Buyela ekhasini lekhaya lesiZulu

Ngingayazi kanjani intando kaNkulunkulu empilweni yami? Lithini iBhayebheli ngokwazi intando kaNkulunkulu esimeni esithize
© Copyright Got Questions Ministries